Thursday, Sep 09th

Last update05:50:41 AM GMT


You are here IsiZulu

Zulu

Women in Islam

E-mail Print PDF

women_in_islamKUNGANI ABESIMAME UMHLABA WONKE BEVEZA IMIZIMBA YABO NGOKWEDLULELE, BEBE BEZIMBOZA ABAMA-MUSILM?
Ngu Mufti Zubeir Bayat (DB)

Umyalezo weSintu Sonke

E-mail Print PDF

messageLona ngumyalezo wezizwe zonke walabo abafuna ulwazi neqiniso. Labo abafuna ukwazi ngenkolo yobu-Islam, ukwazi ngo-Allah (uMdali), ukwazi ngempilo nokuphumelela kowesilisa nowesifazane lapha emhlabeni nakwelizayo.

Imibuzo ekumele ngizibuze nsukuzonke? - Zulu

E-mail Print PDF

daily questionsKungabe.....?
1. Ngibingelela wonke umuntu engihlangana naye?

Ukubaluleka kokuthi Insha-Allah - Zulu

E-mail Print PDF

Ngenye i-Jummah Khutbah edolobheni elincanyana, i-Imam yakhuluma ngokubaluleka kokuthi “Insha-Allah” (okusho ukuthi uma u-Allah ethandile) uma ehlela ukwenza noma yini esikhathini esizayo. Ngemuva kwezinsukwana ezimbalwa, enye indoda eyayikade iyizwile nayo le-Khutbah yayiyothenga inkomo emakethe. Endleleni yahlangana nomngani wayo owayibuza ukuthi ilibangisephi.

IsiZulu - AMANZI-YISIPHO ESIVELA KU-ALLAH

E-mail Print PDF

Amanzi yisidingo esiyisisekelo sempilo kanti avela ezibusisweni ezingapheli zika—Allah Ta'ala. Kusemseni woMenzi noMdali wethu ukuthi abusise uluntu ngale ni'mat (umvuzo) enkulukazi yamanzi, futhi uluntu olungasoze lwaphila ngaphandle kwayo.

ASIBUYELENI EMASIMINI

E-mail Print PDF

Umhlaba wonkana wembozwe yifu elimyama lokunyuka kwezinga lamanani okudla, ukushoda kokudla kanye nokuntenga kwezezimali. Ngakhoke thina njengoba singabantu baseMzansi, abayingxenye yomhlaba, nathi sithinteke kakhulu kulomshophi.

Page 1 of 11

  • «
  •  Start 
  •  Prev 
  •  1 
  •  2 
  •  3 
  •  4 
  •  5 
  •  6 
  •  7 
  •  8 
  •  9 
  •  10 
  •  Next 
  •  End 
  • »