Tel: 031 577 7868 - disc@darulihsan.com               google play icon        twitter web      

U-Mphrofethi, u-Allah ambusise nokuthula kube kuye, wakwenqaba ukuthatha amadate [usundu lwase-arabia] amabili ngesikhathi esisodwa.

Ukuziphatha ngokuyikho - Emphakathini
Ukubonga nokwazisa ama Ulama
Kamuva umhlaba ubone ukuhamba emhlabeni kwesibalo sabafundi abakhulu kanye nama Ulama.

Indlela Yokuziphatha - Yazisa isikhathi sakho

Intethelelo ngobusuku be 15
Engenakubalwa imiphefumulo exolelwa ngu Allah Ta’ala kulobubusuku obubusisekile nobaziwa ngokuthi yi ‘Laylatul Bara’ah [ Ubusuku benkululeko yasemlilweni ].

Ubuhle boMndeni oMsulwa nBalandeli baka Nabi SAW

Ukubusiseka & nendlela yokwenza i StikharahI - Istikharah yimfundiso engabekelwa nani ya Nabi SAW – neyisipho kulo lonke i Muslim. Ukuthi Istikharah kusho ukufuna ubuhle ku Allah Ta’ala entweni ebalulekile empilweni yomuntu. Nge Istikharah umuntu ukwazi ukukha ezibusisweni zika Allah Ta’ala.

Ukwethembeka ekuhwebeni Nasekuthengiseni

U Hazrat Abu Sa’eed Al Khudri ra uyabika ukuthi uNabi SAW wathi, ‘’ Umhwebi oneqiniso nokuthembeka uyokuba egudlana amahlombe kanye nama Ambiya as [ Izithunywa ], nama Shuhada [ abafela iqiniso ] Kanye nama Siddiqeen [ abaqondileyo ].’’ [ Tirmizi, Darimi ]

Kuyisono esikhulu ukuyekelela ngamabomu i Fardh [ ewumgomo ] Salah.

Cishe zibalelwa e 14 izindawo kwi Qur’an eNgcwele lapho kuyi Waajib [ umgomo ]

U Hazrat ibn Abbas ra uyabika ukuthi kwake kwenzeka u Rasulullah SAW wadlula eduze kwamathuna amabili maqede waphawula kanje, ‘’ Izakhamizi zalamathuna amabili ziyajeziswa, zinjalo nje zijeziselwa izono obekumele ngabe zizigweme kalula. Oyedwa wazo ujeziselwa ukuthutha izindaba, kanti lona omunye yena ujeziselwa ukuthi wayengenako ukuqikelela mayelana namaconsi omshobingo.’’ [ Bukhari,Muslim]

Page 1 of 2

Nisab

15/03/2026 08:00

- Mahr Fathimi: R67 268
- Minimum Mahr: R1 345
- Zakaat Nisab: R26 907
Price/g rate: GoldPriceZ

Contact Us

70 Joyce Road
Durban
Tel: 031 577 786 8
disc@darulihsan.com